MUT Radio Ushuni Wengoma

Ushuni Wengoma

Ushuni Wengoma uhlelo lukaMaskandi olusakazwa njalo ngomgqibelo from 10:00-12:00.
Lusakazwa ngolimu lwebele kanti nomuculo odlala khona owesintu kuphela.
Weekly Zulu South Africa Music
52 Episodes
1 – 20

Ushuni Wengoma Host King Afrika and Qhuzuka had an interview with Mayoghurt

Mayoghurt, a Maskandi artist from uMzimkhulu. He began his music journey a few years ago, and many people didn’t believe he could succeed because he lives with a disability. However, he has proven them wrong. He credits social media — especially TikTok and Facebook — for helping to promote and…
17 May 1 min

Ushuni wengoma host King Afrika and Qhuzuka had an interview with Lindani Zubani

ULindani Zubani waseShowe, owaziwa ngelika Phupheyphethe, uqale umculo kaMaskandi ngonyaka ka-2023. Uxoxa ngokuthi yini eyamgqugquzela ukuba angene kulo mkhakha womculo. Uthi uthando lomculo kaMaskandi lwaqala esemncane esesafunda, lapho ayephupha ngokuba yigedla likaMjikijelwa ongasekho emhlabeni. Uthi manje sebeyavumelana ngokusebenzisana nomoya wakhe emculweni wakhe.
10 May 13 min

Ushuni Wengoma host King Afrika and Qhuzuka had an interview with Andile Ncube

Andile Ncube from eShowe odume ngelika Dilika ongumufundi We Human Resource Management eMangoduthu University of Technology. uqale umculo kaMaskandi ngonyaka ophelile 2024. Udilika esilandisa ngokuthi waqala nini futhi kanjan ukudlala isiginci okwathi esezibonile ukuthi unekhono nabantu bemuncoma waqala wangena emculweni.
10 May 19 min

Ushuni wengoma host uBhut'Omncane had an interview with uMahostela

The real name of Mahostela97 is Sphesihle Busane coming from Ndwedwe, he drop a EP (extended play) with 3 songs, the title of EP is “Baphoxekile Ondaba”. This EP is selling in all digital platform and the Fixtures on this EP is Shenge Wasehlalankosi he trending on ticktock and Mzukulu’s…
5 Oct 2024 27 min

Ushuni wengoma host Bhut'Omncane had an interview with Hlaleshobeni

Hlaleshobeni was born in Mbumbulu, he starting Maskandi Music in the year of 2016 but he have 2 album. He said the consequences that he faced to take long time to release another project. He motivates maidens to protect our virginity and dignity as we know we coming in a…
14 Sep 2024 17 min
1 – 20