#1  Ngena Egiyeni podcast series - Episode 1

--:--
Nazo ke. Jula ezindabeni zosomabhizinisi ngesiqephu sokuqala seNgena Egiyeni podcast. Kulesi siqephu, umethuli wethu uMpilo Khumalo, uhambisana nawe kuhambo lokuthatha um’cabango wakho uwenze i-business plan eqinile. Kulesi siqephu sibhekana nezinyathelo eziwu-8 ezilula zokuthatha umcabango wakho webhizinisi, uwenze i-business plan eqinile.
Season 1 / Episode 1 11 Jul 2023 Zulu South Africa Business · Management

Other recent episodes

Ngena Egiyeni podcast series - Episode 4

Sawubona, futhi wamukelekile kwi “Ngena egiyeni”, uchungechunge lwe-SimplyBiz phodikhasti, lapho singena khona ngokujulile emhlabeni wokuphatha ibhizinisi futhi sisize osomabhizinisi, abafana nawe, baphathe kangcono imisebenzi yabo yebhizinisi. Igama lami nginguMelusi Tshabalala, futhi ngizokuphatha ngezandla ezifudumele- ngamathiphu awusizo kakhulu okuhlela ibhizinisi ukukusiza wena nebhizinisi lakho ningene egiyeni.
Season 1 / Episode 2 32 min

Ngena Egiyeni podcast series - Episode 3

Kulesi siqephu seNgena Egiyeni, uMpilo Khumalo udingida ukubaluleka kokuphatha izimali zebhizinisi lakho, ethule izinyathelo 4, 5, 6 weNgena Egiyeni ezizothatha um’cabango wakho webhizinisi, ziwenze i-business plan eqinile.
Season 1 / Episode 2 33 min

Ngena Egiyeni podcast series - Episode 2

Kulesi siqephu seNgena Egiyeni, uMpilo Khumalo udingida ukubaluleka kwezindlela zokuphatha ibhizinisi lakho, ethule izinyathelo ezintathu zohlelo lweNgenga Egiyeni ezizo guqula umcabango wakho webhizinisi ziwenze i-business plan eqinile
Season 1 / Episode 2 30 min